Wednesday, 16 July 2014

umgidi wase Ndwedwe mission ngaphandle kancane nje kwase thekwini uhambe kahle ngaphandle kwezi hibe yioze abantu abaningi bebe novalo lokuthi kungenzeka kungahambi kahle emuva kwemibiko yamapheka nemisakazo ngo daba lwase phongolo .kuzo khumbuleka ukuthi kwatholakala izicubu zemizimba yangane eneminyaka emine ivakwe ku plastiki.lo plastiki wabonakala uphethwe umfundisi wase st johns okwathi ngengathi zibuza izingane ukuthi uphethenui wathi uphethe ukota pear.

kodwa ke lokho akuphazamisanga noma akuthikamezanga abantu ekulungiselelni kwabo umgidi wase ndwedwe mission .



No comments:

Post a Comment